...

9 views

KWAKUNGELULA
kwakungelula chapter1
© MpumzaZulu

isihloko sendaba kwakukhona umfana owalahlwa umama wakhe wahlala nomalume wakhe owayengamunakile kakhulu njengoba wayesenomakhwapheni

igama lomakhwapheni kwakuPhakama yize wayengenayo ingane kukhona uMhlengi kanye no Sphetho

kwakubukeka kubuhlungu ngelinye ilanga kuFreedom okungumalume kaMhlengi uma uPhakama ongumfazo wakhe enaaba ukuphakela umshana wakhe

yize wayengenalo angalikhipha emlonyeni wa k he ngoba lo wesfazane wayemshatela umthetho layikhaya kwakunguye osephethe lelikhaya lakwaNgcobo

kuthe ngelinye lamalanga lapho kwakuphuma khona.isikole uMhlengi ehamba noSphetho izulu lalina futhi linenkungu kwazise phela.noMhlengi uphatha uplastic naseskoleni lezoyncwadi zakhe zafika zimanzi te okwamphoqelela ukuthi azisondeze eduze kweziko lapho kuvutha khona umlilo ongase womise lezincwajana zakhe.

kanti uzothi esayokhumula okuyimpahla Heinlein nayo ezikhathalele nje neyimbobo emadolweni ungafunga kuthi uhlala ngayo. wabe sengenile uPhakama wazithatha wazintshingela kude nomuzi lina linjalo izulu.