Msakhi Daily News 📰
#UzitholaZinjalo
uKhanyisani Mboza owaziwa ngelika "EMKAY ZA" Emculweni ingoma Yakhe iqophe umlando komunye womusakazo.
Lengoma ethi"DUREQ" iyona ngoma eqophe umlando kwi NDANYANA FMTOP7 lapho khona kusuke kungene izingoma ezihamba phambili ngokulalwelwa .Lengoma ka Emkay ZA ihlale kunombolo 1 amasonto ayisikhombisa(7),lokhu bekuqala ukwenzeka kulomqhudelwano wamaciko oku "INDANYANA FM" lokhu kusho lukhulu kuleliciko ukuthi ingoma yalo ihlule izingoma zamaciko ayishumi nanhlanu .
Indanyana Fm ibeseyikhulumisana naye u-Emkay ukuthi Ayidede ibonakele iwuqophile umlando kuke kubonakale ukuthi ikhona yini enye ingoma ezophula leli(record) umlando owenziwe ilengoma , uEmkay ubongile kakhulu kumsakazo indanyana Fm ngokuthi...