...

2 views

Msakhi News 📰🔥
#UzitholaZinjalo

Inyakazise inkundla zokuchumana iCD Cover yensizwa uPolo uMfoka Makhoba ,lensizwa isebenze kakhul neGcokama Elisha yaze yaphuma iqembu layo okwenza abantu abaningi babenemibono eyahlukene nge CD Cover yakhe isihloko sayo esithi 'Asinitsheli Yin Iskhova" uzokhumbula insizwa ezizwa ngeSkhova endimeni kaMaskandi iGcokama labesebenza kulona , Abalandeli begcokama Elisha abeneme neze ngesihloko senziwa uPolo .U Polo insizwa iyaziwa ezingomeni zehawu ibanamandla kakhulu ilokho nje okwenza abalandeli ba SK bangenemi nokuthi muhlampe khona imfihlo ezoziveza obala ngeGcokama Elisha ngoba kuningi akwaziyo bese eneminyaka egida eqenjini.
Le Album ya Polo iyeza ngesabatha ngo mhlaka 28 October....

Ezemidlalo
imamelodi beyidlala umdlalo wayo wesibili ne qembu iPetro luenda owokuqala yawunqoba ngama goli amabili eqandeni ekuhambeni , Izolo beyidlala ekhaya zambana phezulu ngeqanda ngapha nangapha lokho kube sekuyenza iqhubekele phambili isundowns nge Aggr( 2-0) isizodlala amaSemi Final ku African Football League ekuyi league noma ICup enkulu e Africa enathimu Ayisishagalombili kuphela .
Komunye Umdlalo obukhona izolo Umdlalo othinta DStv Premier league Ezikamagebhula zibambane phezulu nosuthu olumabheshu Ankone ngeqanda ngapha nangapha.

Ezamabhizinisi
KPN Herbal Solution isiyatholakala imikhiqizo yakho noma ukuphi neNingizimu Africa bayakuposela mangabe usegoli uyakwazi ukuwathola bayakudelivela ,Cela wonke umuntu odinga usizo ngezakha mzimba axhumane nabo ekhasini labo ku Facebook ,Noma ungazizwa kahle emzimbeni bayakwazi ukukusiza ukuthi uphile.
© All Rights Reserved