...

3 views

Msakhi News 📰🔥
INDANYANA FM kulindeke ukuthi ikhiphe uhlu lwezingoma ezizovotelwa noma ezihlukanisa unyaka kuyo ,INDANYANA FM inikeze amaciko Asafika ithuba nawo akwazi ukuzibonakalisa kulonyaka khumbula ukuthi lezingoma kuzoba ezamaciko Asafika kuphela .Akukhethelekile futhi ukuth lezingoma ziphume ngamuphi unyaka ngoba amaciko Asafika wodwa .Bayacela ukuba niba Landele ekhasini labo ku Facebook INDANYANA FM nizothola konke okwenzakalayo.

I Mamelodi Sundowns iqophe Umlando izolo inqoba ngamagoli amabili eqandeni emdlalweni wamanqamu obudlalelwa ekhaya Loftus Stadium ,Ibe seyithatha isicoco ebesidlalelwa okokuqala nqa okuyi AFRICAN FOOTBALL LEAGUE esidlalelwa amaqembu ayisishagalombili kuphela ,Sonke sithi kabu yellow masadakwana ayibuye .

Iciko 'Sika Mayadi' lizobe li Launch Album yalo ngomhlaka 16 Disemba Estcourt Emabhalonini lithi licela baphume ngobuningi abantu bezoliseka namanye amaciko futhi mangabe likhona iciko elifisa Ukuba khona lamukelekile akukhethiwe futhi ukuthi lenza muphi umuculo ,Ucela ukuthi lixhumane naye ku Facebook SIKA MAYADI lizobe selithola ithuba.

IKhuba ne Khuzani Energy Drink isiyatholakala kwezinye izindawo eThekwini futhi abantu abawuvali umulomo ngayo bayayincoma mihla namalanga bathi imnandi futhi iyanikana Amandla kakhulu.

KPN HERBAL SOLUTION
imikhiqizo yabo iyatholakala noma ngabe ukuphi nendawo.
#UzitholaZinjalo
© All Rights Reserved