...

6 views

imizwa
Aiyke wafuna ngikbhalele inkondlo manje kwenzakalani ngempilo yakho
Ngizwa imizwa ehlukile mhlampe okunye kuhambelana nokwakho
Ngiyezwa ukhuluma ngobanjwa ikhanda esthubeni njee
Ngingasho ngithi kunomuntu omkhumbulayo wee
Kani ke leyo mizwa ayibalekeki uma uhlabelela kuze kuphele iveki kani nase muva futhi uhamba ungabheki
Kuphinde kube umqondo omuhle lowo kanti angisho ukuthi ujarhele into ongayaz ngoba kuphinde kube soka lowo
Uthi mawumbuka ucabange amasonto angapheli ngoba konke kuhamba kuhambe kuzwakale kungapheli

#Abulele